Intombi enomntwana Lyrics
- Genre:World Music/Folklore
- Year of Release:2023
Lyrics
Wena uthi awuyiloboli intombi esinomtwana
manje uthini ngalena owayizalisa wayishiya
manje uthini ngalena owayizalisa wayishiya uthi ayithathwe uban ngoba sinomtwana.
Uthini ngalena owayizalisa wayishiya
Uthi ayithathwe uban ngoba sinomtwana.
Shuthi wawungenanhloso wayimoshela ikusasa layo haaaa wuuuu uthi ayithathwe ubani.
Uthi awuyiloboli intombi esinomtwana.
Uthini ngalena owayizalisa wayishiya.
Niyadlala ngomama boEnzo
Yey nina kanti nibashiya kanje senibone abancono .
Nina niyadlala ngomama boEnzo
Yey nina kanti nibashiya kanje senibone abancono
Hamb hamba uyoyilobola , aaaa hhawuuu kanti udlala ngayo ngoba uthemb ubusoka.