Kwanhliziyo ngise Lyrics
- Genre:Alternative
- Year of Release:2021
Lyrics
Ma ufun ukuhamba subone abancono kunami ngeke ngikwalele mina.
Ma ufuna ukuhamba subone abancono kunami ngeke ngikuvimbe.
Uthando luyayibona indlela kusho angidalelwanga wena.
Ma ufun ukuhamba subone abancono ngeke ngikuvimbe mina.
Kungcono uhambe uyekwaNhliziyo ngise.
Kungcono uhambe uyelapho othanda khona.
Ngisale namanxeba othando kushukuth angidalelwanga wena.
Hamba uyelapho othanda khona .
Nomangabe impilo inzima lapho oyakhona ngicela ungabuyi kimi.
Nomangabe impilo inzima lapho oyakhona ngicela ungabuyi kimi ngothando lwamanga.