Zishaya amashoba Lyrics
- Genre:Alternative
- Year of Release:2022
Lyrics
Zishaya amashoba
Awu Yangena yangena inkunzi weee iyababhemu nangena enkingeni
Awu yangena yangena inkunzi weee iyababhemu nangena enkingeni
Awu Yangena yangena inkunzi weee iyababhemu
Awu mina ngzwile bekhuluma emaqeleni kodwa oyokwehla nami uyobuya evuza igazi
Awu ngzwile bekhuluma emaqeleni kodwa oyokwehla nami uyobuya egcwele igazi.
Lezonkunzana enaybeka singakafiki yabona kuMashelela Angeke yilunge
Mina ngumlilo obaleka nomoya umlilo abawbasela bewuhlanganyela
Awuzwe nje ulibhula kanjan umfoka Mfeshemfeshe