Ngisemkhathini Lyrics
- Genre:World Music/Folklore
- Year of Release:2023
Lyrics
Mina ngithandile ngithandiwe
Kumnandi ukuthanda umuntu okundayo
Mina ngithandile ngithandiwe
Kumnandi ukuthanda umuntu okuthandayo
Mina bengiyitshel ukuth Jerusalem lisemaZulwini kanti lisemhlabeni.
Mina bengiyitshel ukuth Jerusalem lisemaZulwini kanti lisemhlabeni.
Ngisemkhathini Ngisemkhathini
Mina angisabon ukuthi la kusemhlabeni noma kuseZulwini
Amehlo ami yiwona athumela umyalezo omuhle enhliziyweni.
Mina ngithathekile futhi angibon emhlabeni kukhona onothando olunje.
Emini bebade
Sthandwa sami wena ukhanya njengelanga.
Eeeeh ukushona kwelanga ushintsha wena ufane nenkanyezi.
Umuhle wena dali.