Ksey' labafana ft. MojaPooh Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2023
Lyrics
K'sey labafana base dark city ,k'sey labafana base dark city
K'sey labafana base dark city k'sey labafana k'sey labafana
Vuma s'yay'shayingoma mfana kithi vuma s'yayshayingoma mfanakithi
Vuma s'yayshayingoma mfanakithi vuma s'yayishayingom'edark city

Vele siy'ndumezul'angithi
Ng'aphandle kwes'zul'aksiyi hit
S'yakhuleka kwi Ndlula mithi
Yamakhos'abantu bakithi
Zul'omnyam'ondlela zimhlophe
Ndlela zimhlophe njengo Shembe
S'thatha la kwagcina khon'Ilembe
Lim'lib'khali njenge zembe
Aw sam'bamb'umagawula
Ucabang'kuthi saphosithawula
Kanti s'sazo deka letafula
Nobenenkan'manj'uzoy'dela
Gumb'uZindela iGela
Mpumelelo nay'izoz'zela
Isigqi u jam yaz'zwela
Mawungasaz'ay ng'yak'zwela
K'sey labafana base dark city k'sey labafana basedark city
K'sey labafana base dark city k'say'bona k'saybona
Vuma s'yay'shayingoma mfana kithi vuma s'yayshayingoma mfanakithi
Vuma s'yayshayingoma mfanakithi vuma s'yayishayingom'edark city
K'sey labafana base dark city k'sey labafana basedark city
K'sey labafana base dark city k'say'bona k'saybona
Vuma s'yay'shayingoma mfana kithi vuma s'yayshayingoma mfanakithi
Vuma s'yayshayingoma mfanakithi vuma s'yayishayingom'edark city
Ekse ak'khal'ama fleyt bow'cath'obani ksay'bon'abongqongqoshe
Izinja ze game asenzenjan as'vele siy'moshe
K'fik'ogabhadiya one side obhokoloshe
Ng'zo droph'i verse bese imali ngiy'coshe
K'gijim'omakadebona manje izw'i beat
Iyan'hlul'ifront line an'buyel'e back seat
S'ngabokhokhovul'izint'ez'khulele kwi street
Yekuk'buz'oban'iz'nkalakatha ngoba yithi
Amakhabal'daka ususa min'ususubhaka
Uqal'inyakanyaka maw'banga nath'owethu lonyaka
I flow ilegendery inok'bhayizis'amabhari
Phela mina ngiy'ntsimb'edlezinye ngik'khiphel'ivari
Sizi ntswela boy'izint'ezingaphelimoya
Lab'igame bayay'destroya mabas'shayise ngomoya
Yaz'ukuthini S'ngo madida k'lababaqal'ukuspida
Indlebe s'yayfida I game igcwel'I dust syadasida
Bayabhampa mases'fik'isiyajampa
Yaz'le game igcwel'udoti s'sazow'dampa
K'sey labafana base dark city K'sey labafana base dark city
K'sey labafana base dark city K'sey labafana K'sey labafana