Loading...

Download
  • Genre:Hip Hop & Rap
  • Year of Release:2023

Lyrics

We mameh yeah yeah oh zasez'hlangene futhi

K'dala bey'buz'inkunzi ukuth'ikuphi manj'isifikile

Ngob'ingqama may'hlehla isuk'ikhokh'amandla

Ay' ngob'ibaleka wooo

Zukame zukamile zukame zukamile

Zukame zukamile loshonel'amavaka wezinsizwa

Inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Wooo inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe oyeah wooo ivelelwe

Bayeeede bayeeede


Ngimnyama ngenkani ng'fuz'abobaba

Uzong'vimba ngan'isinkulu lendaba

Sek'giya min'abafanyana basaba

Phum'esbayeni kwezinye ngyahlaba

Inkunz'enolaka

Inkunz'emdaka

K'dal'igudl'imbadad'igcweludaka

Suka vak'uqondene nensizwa ng'gena kyakikizwa bonke bazongizwa

Uzwa ngezigi zendoda

Ng'thwel'iziqu ngagogoda

UGumbi kholisa lo ban'ozom'misa lo abazame bazobhoda

Ngibhaxul'ingoma bavuma

K'mathafa nez'ntaba ngaduma

Abanye ke bakhuluma kodwa seng'buyile nezulu l'yaduma


K'dala bey'buz'inkunzi ukuth'ikuphi manj'isifikile

Ngob'ingqama may'hlehla isuk'ikhokh'amandla

Ay' ngob'ibaleka wooo

Zukame zukamile zukame zukamile

Zukame zukamile loshonel'amavaka wezinsizwa

Inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Wooo inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe oyeah wooo ivelelwe


Nqo nqo ng'ngqongqoza sengingaphakathi ngangena ngagcwal'indawo

An'senandawo yok'bekunyawo

Amandl'ok'mela min'uban onawo

Ngzovus'umuzi

Ng'thath'umqhele wam ang'thandabuzi

Ng'thelinduku k'phela ang'buzi

Ngath'indodana kasathane ng'fika nomlilo ng'yashis'ungang'khuzi

Ng'qotha ng'zoshiya kungenalutho

Mangith'ngyabheka ngen'ngenzelutho

Vik'induk'ishubil'ifikil'induna yamabutho

Vul'indlebe ngizon'fakeskolen

Uzond'inkunz'endala ng'tshel'utholen

Vul'amehl'uzubztshel'uboneni

N'dedel'induku nje uzothi ngonen

Ben'cathi ngyesaba na

Anginesabi ngiyanifuna

Ben'cathi ngyesaba na

Anginesabi ngiyanifuna


K'dala bey'buz'inkunzi ukuth'ikuphi manj'isifikile

Ngob'ingqama may'hlehla isuk'ikhokh'amandla

Ay' ngob'ibaleka wooo

Zukame zukamile zukame zukamile

Zukame zukamile loshonel'amavaka wezinsizwa

Inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Wooo inkunz'ehlab'ihlehla ivelelwe inkunz'ehlab'ihlehla wooo ivelelwe

Inkunz'ehlabihlehla ivelelwe oyeah wooo ivelelwe

More Lyrics from Shon G Songs

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status