Mpumelelo ft. Theo Amaqathaziqobayo Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2023
Lyrics
Eyeah oohh yea yah eyeah ooh hoo hoo hoo hoo
Yeayi yeayi yeah yeah yeayi yeayi yeah yah Yeayi yeayi yeah yah yeayi yeayi yeah yah
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yeah hhaw hhaa
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yeah hhaw hhaa
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo
Ngilokhu nje ng'khuphuke nja…lo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo
Ngilokhu nje ng'khuphuke nja…lo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina
Nominzimintaba ng'yakhuphuka ng'bhek'escongweni
Phel'ang'hambi ngedwa seng'celile nasethongweni
Nenkos'ingiph'amandla ng'fakumdlandla nokuz'khandla
Yonk'indlel'engiy'hambay'izing'bambe ngesandla
Iz'ndlela zyakhanya abathakath'bayanyanya
Khon'abathi ng'zophelela la ng'yak'tshela bayahlanya
Phambili s'yakhona finish line sofika khona
Ng'bonge ne support nabang'phushayo ng'yababona
Ne skill s'khula njalo is'kwelet'samashonisa
Khon'abathi ba blind ng'sazobabonisa
Nam ngiy'lenhlob'ewa khathath'ivuke kas'khombisa
Bathi iph'impumelelo ng'zobakhombisa
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo
Is'bind'umanqoba kanti yiz'uvalo
Ng'lokhu ng'gudl'amathafa neynkalo
Bath'bafun isandla mina ng'banik'ingalo Shon G
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yeah hhaw hhaa
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yeah hhaw hhaa
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo
Ngilokhu nje ng'khuphuke nja…lo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo
Ngilokhu nje ng'khuphuke nja…lo Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina
Kude lang'phuma khona mang'bheka la ngiya khona
Tshel'abangaphambili ng'zofika la befike khona
Ngihlomile ng'yahlasela noma ng'vutha ng'sabasela
Bheka nje kade beng'hlokoloza kant'ngzothukuthela
Izigi 'zdiliz'umthangala sebeyamangala
Bathakath'bethi bayavala sebeyadangala
Ingwe idla ngamabala mina ng'zengok'bhal'azokwenzani lamagwala
Ng'yakhuphuka z'sazokhala
Ngil'bamba noma l'shisa l'pholele sandleni mpintshi
Noma k'buye k'sinde kwehlela beng'khona since
Indlel'iyendumisweni I hunger ibhalw'ebsweni
Lobeth'inkunz'endaliphelamandl'ubeth'uzweni
K'bhaliw'emabhukwin omlando lapho sofika
Tshela mina wen'ubungaz'ivili l'yajika
Kude lang'phuma khona mang'bheka langiya khona
Tshel'abangaphambili ng'zofika labefike khona
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yeah ahh isbind'umanqoba kanti yiz'uvalo
Ngyoze ng'fike laph'eng'funukuya khona ke mina ng'yakutshela ng'yoze ngifike
Yaz'uk'thini tshel'abangaphambili sofika la befike khona
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo(KHUPHUKA) Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo(KHUPHUKA)
Ngilokhu nje ng'khuphuke nja…lo(KHUPHUKA) Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo(KHUPHUKA LAPHO) Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo(NAWE KHUPHUKA)
Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo(KHUPHUKA) Ngilokhu nje ng'khuphuke njalo mina