iThemba Lami Lyrics
- Genre:Alternative
- Year of Release:2023
Lyrics
Uma engabuya uNompumelelo ngingamkhipha siye eDubai
Uma engabuya uNompumelelo ngingamkhipha siye eDubai
Ngithi woza sodla imali yami
Ngithi woza sodla imali yami
Wayeke angithinte lana angithinte la
Ngikhulume ulimi engingalwazi
Wayeke angithinte lana angithinte la
Ngikhulume ngisho isi Frenchi
Wayeke angizwe ngisho kanje je vous aime ngiyakuthanda
Wayeke angithinte lana angithinte la
Ngikhulume ngisho isiShayina
Wayeke angithinte lana angithinte la
Ngikhulume ngisho isiShayina
Wayeke angizwe ngisho kanje ni hao ma
Uye wathi sofa silahlane wami
Uye yedwa ithemba lami
Uye wathi sofa silahlane wami
Uye yedwa ithemba lami
Uye wathi sofa silahlane wami
Uye yedwa ithemba lami
Uye yedwa engizikhethele yena
Uye yedwa osenhlizweni yami
Uye yedwa engizikhethele yena
Uye wathi sofa silahlane wami
Uye yedwa osenhlizweni yami
Uye yedwa ithemba lami
Uma engabuya ngiyomxolela
Uye wathi sofa silahlane wami
Ngimutshele ukuthi uthando alunamagqubu
Uye yedwa ithemba lami
Uma engabuya ngiyomxolela
Uye wathi sofa silahlane wami
Ngimutshele ukuthi uthando ulanzondo
Uye yedwa ithemba lami
Ngoba uthando lumnandi uthando
Ngoba uthando lumnandi uthando
Ngoba uthando lumnandi uthando
Ngoba uthando lumnandi uthando
Uma esengipopotoza engibambabamba
Lumnandi uthando
Uma esengipopotoza engibambabamba
Lumnandi uthando
Wobuya thembalami ngisakuthanda
Wobuya phela nu
Wobuya thembalami ngisakuthanda
Wobuya phela nu
Wobuya thembalami ngisakuthanda
Wobuya phela nu
Uye wathi sofa silahlane wami
Uye yedwa ithemba lami
Ngoba uthando
Uye wathi sofa silahlane wami
Lumnandi uthando
Uye yedwa ithemba lami
Ngoba uthando
Uye wathi sofa silahlane wami
Lumnandi uthando
Uye yedwa ithemba lami
Ngoba uthando lumnandi uthando
Ngoba uthando lumnandi uthando
Uma esengipopotoza engibambabamba
Lumnandi uthando
Uma esengipopotoza engibambabamba
Lumnandi uthando