uBaba Womtanami Lyrics
- Genre:Alternative
- Year of Release:2023
Lyrics
Ebengimthanda uye wangishiya kabuhlungu
Uye lona okwakuwu baba womtanami
Ebengimthanda uye wangishiya kabuhlungu
Uye lona okwakuwu baba womtanami
Ebengimthanda uye wangishiya kabuhlungu
Uye lona okwakuwu baba womtanami
Kanti othandweni kunjani
Ngike ngabuza abadala bangitshela ukuthi nase mandulo kwakuvele kunje

Mama ngibuyile emzini usungehlule umendo
Mama ngibuyile emzini usungehlule umendo
Mama ngibuyile emendweni
Thula mtanami musukukhala
Sekungehlule ukugana
Thula mtanami musukukhala
Mama ngibuyile emendweni
Thula mtanami musukukhala
Sekungehlule ukugana
Thula mtanami musukukhala
Mama ngibuyile emzini
Thula mtanami musukukhala
Usungehlule umendo
Thula mtanami musukukhala
Mama ngibuyile emzini
Thula mtanami musukukhala
Usungehlule umendo
Thula mtanami musukukhala
Bekezela mtanami buyela emendweni wakho
Bekezela mtanami buyela emendweni wakho
Bekezela buyela emendweni wakho
Bekezela buyela emendweni wakho
Buyela emendweni wakho
Thula mtanami musukukhala
Buyela emendweni wakho
Thula mtanami musukukhala
Bekezela mtanami
Thula mtanami musukukhala
Buyela emendweni wakho
Thula mtanami musukukhala
Ngizovuka ekuseni ngigqoke kahle
Ngifuna kuhlabeke ubaba womtanami
iFiga yami izomukhumbuza kudala
Ngoba uyena owangilahla
iFiga yami izomukhumbuza kudala
Ngoba uyena owangishiya
Bekezela mtanami buyela emendweni wakho
Bekezela mtanami buyela emendweni wakho
Bekezela buyela emendweni wakho
Bekezela buyela emendweni wakho
Buyela emendweni wakho
Thula mtanami musukukhala
Buyela emendweni wakho
Thula mtanami musukukhala
Bekezela
Thula mtanami musukukhala
Buyela emendweni wakho