Thonga Lami ft. Musiholiq & Sleeze Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah
Nazi izitha zami yeah
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah yeah
Vika thonga lami yeah
Onondaba laba kade baqala
ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo emnyama
Kunini kwase ibathunuka yeah
Bakhuluma ngihleli
Bathula mangisukuma yeah
Kodwa sazoba grand
Ay mina ngifung' uMa
Wethonga lami
Ngabe niyangibona na
Laph' engikhona
Imizamo yami niyayi supporter
Wedlozi lami
Ngabe niyangilonda na
Kulemimoya
Yothando nabangidlela umona
Yeah, ngyazi amandla ami
Awagcini kimi
So noma ngihamba ngesivinini
Inina enibambe i steering wheel
Noma bengigadla kunezandla
ezingafiki kimi
Ngi focus angijiki still
Ngibhoza ngyakhomba
Angithinti Nix
Izitha ziningi zimbi
Kodwa ngisosha ngofela empini
I let them speak
Onondaba laba kade baqala
Ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo emnyama
Kunini kwase ibathunuka
Yeah bakhuluma ngihleli
Bathula mangisukuma yeah
Kodwa sazoba grand
Ay mina ngifung' uMa
Ngihambile ngifundile ngibonile
Thonga lami nangoku
usandigcinile
Ake nihlehle kancane
Yey bafana
Dolo phansi ubonge uNkulunkulu
Phela mina ngiyi Ngonyama
Engadeli
Amadelakufa eceleni kwami
engasondeli
Noma kuthiwani
Mina ngiyofela empini
Empini mina ngiyofela khona
Ngoba mina nawe azange safana
Phela lana eGoli angizanga
ukuzodlala
Gobela ngicela ungibonise
Onondaba laba kade
Baqala ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo Emnyama
Kunini kwase ibathunuka
Yeah, Bakhuluma ngihleli
Bathula mangisukuma yeah
Kodwa sazoba grand
Ay mina ngifung' uMa
Bathumela imikhovu
Laba basizondela imizamo yethu
Abazi sigadwe ngokhokho
Kufike amakhosi
Siphenduke oShaka Zulu
NoDingane sihlome ngemikhonto
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah
Nazi izitha zami yeah
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah