Thonga Lami ft. MusiholiQ & Sleeze Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2022
Lyrics
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah
Nazi izitha zami yeah
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah yeah
Vika thonga lami yeah
Onondaba laba kade baqala ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo emnyama
Kunini kwase ibathunuka yeah
Bakhuluma ngihleli
Bathula mangisukuma yeah
Kodwa sazoba grand
Ay mina ngifunga uMa
We Thonga lami
Ngabe niyangibona na
Laph' engikhona
Imizamo yami niyayi supporter
We Dlozi lami
Ngabe niyangilonda na kulemimoya
Yothando nabangidlela umona
Yeah, Ngyazi amandla ami
Awagcini kimi
So noma ngihamba ngesivinini
Inina enibambe i steering wheel noma bengigadla kunezandla ezingafiki kimi
Ngi focus angijiki still
Ngi bhoza ngyakhomba
Angithinti nix
Izitha ziningi zimbi
Kodwa ngisosha ngofela empini
I let them speak
Onondaba laba kade baqala
Ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo Emnyama
Kunini kwase ibathunuka
Yeah bakhuluma ngihleli
Bathula mangisukuma
Yeah kodwa sazoba grand
Ayi mina ngifunga uMa
Ngihambile ngifundile ngibonile
Thonga lami nangoku usandigcinile
Ake nihlehle kancane
Yey bafana
Dolo phansi ubonge uNkulunkulu
Phela mina ngiyi Ngonyama
Engadeli
Amadelakufa eceleni kwami engasondeli
Noma kuthiwani
Mina ngiyofela empini
Empini mina ngiyofela khona
Ngoba mina nawe azange safana
Phela lana eGoli angizanga ukuzodlala
Gobela ngicela ungibonise
Onondaba laba kade
Baqala ukukhuluma yeah
Bathi Indlondlo Emnyama
Kunini kwase ibathunuka
Yeah, Bakhuluma ngihleli bathula mangisukuma yeah
Kodwa sazoba grand
Ayi mina ngifunga uMa
Bathumela imikhovu
Laba basizondela imizamo yethu abazi sigadwe ngokhokho
Kufike amakhosi
Siphenduke oShaka Zulu
NoDingane sihlome ngemikhonto
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah
Nazi izitha zami yeah
Nazi izitha zami yeah
Vika thonga lami yeah
Vika thonga lami yeah