Ikhaya lami Lyrics
- Genre:Alternative
- Year of Release:2022
Lyrics
Ikhaya lami - Skweletu
...
Thixo somandla ngikhanyisele ngisemyameni ngidukile baba ngicela ungipha amandla baba ngyakudinga ukuphika kahle
ungangihleki mkhayawami uma ungibona ngigqoke kahle ...edolobheni ungenisi ikhaya lami ubaba wafezabalaza
kumele wazi ukuthi ngeke sfane ikhaya.. lami mangingekho besuka labesuka khona beyohlala ekhaya nami ngiyakudinga ukuphila, ikhaya lami leli indawo Yami leh noma ngabe izindlu zodaka,Noma ngabe izindlwana, ngiyofela khona ekhaya, abanye baphila ngoba bathola amafa . .noma ungaba bona begqoke kahle bephuma emvakwe main house. ..
Noma ngabe kuthiwa Kubi ngakanani
ikhaya lami leli I lapho engiphum khona
Noma silala sidla manzi
ngelinye ilanga ngizoyijiki zinto
ikhaya lami leli ilapho engiphuma khona
thiwa ahlala sidlu daka
ngelinye ilanga ngizoyijiki zinto
Noma ngabe kuthiwa Kubi kangakanani...
ikhaya lami leli ilapho engiphuma khona
Noma slala sidla manzi
ikhaya lami ikhayalami ilapho engiphuma khona ngelinye ilanga ngizoyijiki izinto