Uyisiphephelo Sami Lyrics
- Genre:Gospel
- Year of Release:2024
Lyrics
Wena uyisiphephelo sami
Uyinqaba yokuphila kwami
Wena uyisiphephelo sami
Uyinqaba yokuphila kwami
Igama lakho
Ungu Yahuah
Igama lakho
Ungu Yahuah
Wawukhona emandulo
Namhlanj'ukhona
Uyobakhona naphakade
Wena uyisiphephelo sami
Uyinqaba yokuphila kwami
Wena uyisiphephelo sami
Uyinqaba yokuphila kwami
Igama lakho
Liyasindisa
Igama lakho
Liyaphilisa
Obiza lona
Uyakuphepha
Kwizivunguvungu
Zalomhlaba
Wena uyangivikela
Wena uyanginqobela
Wena uyangikhusela
Igama lakho u Yahuah