Loading...

Download
  • Genre:Hip Hop & Rap
  • Year of Release:2023

Lyrics

Mama aw yeah

Yelele mama

Oh oh yea yea

Eh mama mmh


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula weh eh

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula e Goli

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngikhumbule umama wami

Ngikhumbule isalukazi sami

Ngikhumbule u mfwethu nodade

Ekhaya


Ey

Kudala ithuba ngililindile

Kumele ngiphokophele manje inhlupheko Ingi hug(ile)

Nabaningi bebekholwa kodwa isono basithathile

Bethi umfana usezopopa manje ithemba balilahlile mmh (balilahlile)

Nabazali ngabaphoxa kodwa odade bathembile

Basalibona leli khono

Nami ngithi ukufinqa imkhono

Ngithi empini ngifela khona

Kodwa manje ngigcwele imopho ngathi Empini gifela khona eish (Ngofela Khona)

Ngifisa umama ubesakhona ubekalibona leli khono

Manje ekhaya ngathi isihogo zonke Izinkinga zisuka khona

Kona ukuthula kuba khona

Siveze uthando sithi ukubona ngaso linye

Sibambane sibumbane

Vele uthando lunye ekhaya


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula weh eh

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula e Goli

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngikhumbule umama wami

Ngikhumbule isalukazi sami

Ngikhumbule u mfwethu nodade

Ekhaya


Ngathi mmthwalo usobhokweni

Mina sengikhathele ukuphilela endlaleni Ey

Kudala bethi angibekezele ngiphushe

Kodwa sengikhathele ukuphilela ethembeni ke

Bathi kuzolunga

Bese bekhohlwa ukungitshela ukuthi nini ke

Aw ncono ngiyekhaya khona angikaze Ngilale ngilambile nje

Ngithi dear mama

Mama ngizame ngamandla

Ngithi dear mama

Umkhuleko wakho uyangakha


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula weh eh

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngifuna ukuye khaya weh eh

Ngikhumbule ekhaya weh eh

Impilo ayikho lula e Goli

Ngathi kuncono ekhaya weh eh


Ngikhumbule umama wami

Ngikhumbule isalukazi sami

Ngikhumbule u mfwethu nodade

Ekhaya

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status