Inqaba (feat. Nonhle Delazy & Mc Finisher) Lyrics
- Genre:Hip Hop & Rap
- Year of Release:2023
Lyrics
Webaba bafungile abantu
Bafungile abantu
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Webaba bafungile ezweni
Bafungile ezweni
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba izonqaba nami
Nqaba nami baba
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba uzonqaba nami
Nqaba nami baba
Kdala nginqonqoza nemnyango beyvala
Ngikhikha na door ngbashashiye bekhala
Like I deep freezer ngbashiya bebanda
Ngidlale ngegama ngiyi sweega yeqaba
Kwakmele ngbekhona ebuthweni likashaka
Nginsizwa ejimile nekhanda ngiyalishaya
And mangphanta ngyambiza nomdali
ebusuku isemini mfana angsalali
ngifuna le Mali abayibiza isalary
Oh nkosi baba sikelela
Pave my way ithemba lami likuwena
Mangphethe wena izinto zizokwenzeka
Oh nkosi baba lekelela
yiba yisbani kweyami indlela
and pave my way ithemba lami likuwena
Eeh
Webaba bafungile abantu
Bafungile abantu
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Webaba bafungile ezweni
Bafungile ezweni
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba izonqaba nami
Nqaba nami baba
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba uzonqaba nami
Nqaba nami baba
Kudala bengikhuluma kabi
Bethi mina ngeke ngibe yilutho
Kodwa makukhona wena likhon icebo
Ngiyazi uzophendula yonke imithandazo yamii
Baba wena ima njalo baba wena nqaba nami
Khanyisa baba khanyisa
Khanyisa baba khanyisa
Khanyiiiisaaa
Khanyiiiisaaa
Webaba bafungile abantu
Bafungile abantu
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Webaba bafungile ezweni
Bafungile ezweni
Bathi ngeke ngphumelele
Ngeke ngphumelele
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba izonqaba nami
Nqaba nami baba
Ngoba wena winqaba
Nqaba nami baba
Nqaba uzonqaba nami
Nqaba nami baba
Noma izitha zinghlasela
Yib' ihawu lami baba vika njalo
Ungavumi isitha senzi ntando yaso phezukwami
Ngsazoydida izitha
Lusude ukhalo eh
Asbekezele ntanga
Singapheli umoya manje eh
Ngsazoydida izitha
Lusude ukhalo eh
Asbekezele ntanga
Singapheli umoya manje
Ashone khona
Ashone khona
Veli mpili funumunto nenkani