Loading...

Download
  • Genre:Hip Hop & Rap
  • Year of Release:2023

Lyrics

Ohhh

Ohhh

Sungaze uphenduke umbulali

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngenxa yenkinga ebingalunga

Ngenxa yenkinga ebingalunga


Loke wasishiya u baba

Loke alala ngokuthula

Mina layikhaya ngalithwala idombolo

Zange ngahlala ngokuthula

Umalume ubeloku enginukubeza

Athi ungakhulumi thula

Ingakho ngibone ukuth angilandele ubaba

Khona ngzohlala ngokuthula

Meke ngabuya eskoleni

Umalume uhlalengilindile khoneni

Mangangena angithathe angiphonse mbhedeni

Mase thatha isandla asibeke emqaleni

Masekuba mnyama Emehlweni

Ingqondo iphithene isamile

Mina ngizofela embelekweni

Ukubekezela ngizamile

Uma kwintando kaNkulunkulu lena ngiyaxolisa nghlukile

Ngeke ngibekeze ukuthi umphefumulo wami uhlukumezekile


Ohhh

Sungaze uphenduke umbulali

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngenxa yenkinga ebingalunga

Ngenxa yenkinga ebingalunga


Umalume uyena osondlayo

Ngathi inkulu inkinga engibhekene nayo

Nalembuya ngathi sikhathele ukujojwa ngothi isisiza abantu abazisizayo

Nalikati nalo eziko lilele selize laphenduka inyama evuthwayo

Baba somandla ngsacela ungithethelele ngilale ngokuthula imina ozithobayo


Sungaze uphenduke umbulali

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngaze uthathe impilo yakho

Ngenxa yenkinga ebingalunga

Ngenxa yenkinga ebingalunga


Sonke sibhekana nezinkinga

Kodwa akusho ukuthi isixazululo salokho

Ukuthatha impilo yakho

Yebo isixazululo singafika emvakweminyaka

Kodwa sizofika sona

Ungaboyithatha impilo yakho

Usane mpilo ongayiphila

Ngiyabonga

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status