Loading...

Download
  • Genre:Spoken Word
  • Year of Release:2022

Lyrics

Isiqalo sesithathu namhlanje

Pho sinandabani?

Konje ubani vele

Othe ukuqala kabusha

Kumele kube nenani?

Seningasibalela nje

Kodwa sizolokhu sizamile

Mina nezami

Uma sihluleka namuhla

Ngak'sasa ngeke singazami

Iyaqhubeka izingele noma ingabambi

Sizophumelela, noma ikanjani


Sizophumelela


Ayisihlanu amagxathu esiwathathe izolo

Kanti ayisithupha

Asibuyisele emuva namhlanje

Uma ucabanga asikhali ngani?

Iminwe ncamashi nezinsuku

Azilingani

Usigibeza inqola yokwehluleka kwayizolo

Simsulwa namhlanje

Sizokhokha ngani?

Isiqalo impela

Kepha subheke phambili

Ayingaphambani

Sizophumelela, noma ikanjani


Siswenke kangaka nje

Asizami ukufihla le nhlupheko

Sizama ukuk'vezela leli ksasa

Lihle kanjani

Sakhiwe yilabo esisuka nabo emuva

Hhayi kangako lapho

Esisuka khona emuva

Ufakazi yimiphumela

Ngakho mayingacwasani


Pho ke uma uvaleka namnhlanje

Kusho uk'thini

Ngoba sesibonile uvuleka kanjani

Ubuwodwa impela

Uma ucabanga ksasa mngakanani?


Awungako umehluko wethu

Yikho nje thina esizenzelayo

Siyakwazi okwethu

Sigcwele obhokweni nje

Singeyethu imithwalo


Wathi untanga

"Amaphakethe akalingani mngani

Kepha ngeke singabhekelelani"

Siyavuthelana ngok'lotha

Inhloso akukhona ukukhanya

Ukuba ngamalangabi

Sizophumelela, noma ikanjani


Noma yinini

Sizophumelela

Noma yikanjani

+

      -   or   -

      -   or   -

      NG +234

          Please Select A Playlist

          Add New Playlist

          Share on

          Embed: Love & Light EP

          Custom Size :

          • Default
          • Desktop(300*600)
          • Mobile(300*250)

          Type :

          • HTML/HTML5 (WordPress Supported)
          Get Boomplay Premium
          for
          Payment Method
          Pay With
            Review and pay
            Order Date
            Payment Method
            Due Today
            Flutterwave
              Subscription Successful

              Congratulations! You have successfully activated Boomplay 1 Month Premium.

              Now you have access to all the features of Boomplay App.
              Payment Failed

              Please check your balance and then try again.

              You'll lose your subscription if we don't have a working payment method for your account, so please check your payment details.
              Need help? Contact Boomplay Subscription Support.
              Payment Processing...
              10 s

              Payment is being processed by . Please wait while the order is being comfirmed.

              Payment Processing
              Your order is processing, and it may take up to a few days for the service provider to handle your payment. Please kindly stay tuned and check your order status in ‘User Center’.
              About Order Status