![UBambo Lwami ft. Lilly](https://source.boomplaymusic.com/group10/M00/01/19/6074a243a1e949d7808a1ad77f880f86_464_464.jpg)
UBambo Lwami ft. Lilly Lyrics
- Genre:Electronic
- Year of Release:2022
Lyrics
Sthandwa sami
Bambo lwamii
Sthandwa sami
Bambo lwami
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngibona wena wedwa sthandwa akekho ofana nawe
Bbe nguwe okhethiweyo ozobusa inhliziyo
Bbe uwena igugu lami
Phela akekho ofana nawe
Masinganaki labondaba bbe
Ngeke basiqede
Ngibona wena wedwa sthandwa akekho ofana nawe
Bbe nguwe okhethiweyo ozobusa inhliziyo
Bbe uwena igugu lami
Phela akekho ofana nawe
Masinganaki labondaba bbe
Ngeke basiqede
Ngithanda wena
Ngifuna wena
Ngithanda wena
Ngfuna wena
Wena ubambo lwami
Wena isthandwa sami
Uwena ubambo lwami
Uwena isthandwa sami
Wena
Ngfuna wena
Ngibona wena wedwa sthandwa akekho ofana nawe
Bbe nguwe okhethiweyo ozobusa inhliziyo
Bbe uwena igugu lami
Phela akekho ofana nawe
Masinganaki labondaba bbe
Ngeke basiqede
Ngibona wena wedwa bbe akekho ofana nawe
Bbe nguwe okhethiweyo ozobusa inhliziyo
Bbe uwena igugu lami
Phela akekho ofana nawe
Masinganaki labondaba bbe
Ngeke basiqede
Masihlalisane sbonisane
Sphilisane ngokuthandana
Sakhe ikusasa eliqhakazile
Ngoba thina syathandana
Uwena ubambo lwami baby akekho ofana nawe
Mina ngfuna wena kphela baby akekho omunye
Masihlalisane sbonisane
Sphilisane ngokuthandana
Sakhe ikusasa eliqhakazile
Ngoba thina syathandana
Uwena ubambo lwami baby akekho ofana nawe
Ngfuna wena kphela baby akekho omunye
Weh sthandwa sami
Bambo lwami
Weh sthandwa sami
Bambo lwami
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena
Ngithanda wena